top of page

Mayelana nomsebenzi wethu
Funda-ujule sithuthukisa ulimi lwesiZulu ngokubambisana nokuqhudelana ngolimi emabangeni esithupha nesikhombisa.
Ufunda ujule yiqembu lothisha abanenhloso yokukhulisa ulimi lwesiZulu ngokusebenzisana nokunikeza izingane zabo amathuba okululua ulimu nokunyusa amazinga okuzethemba olimini lokwengeza.
Ukubonisana nokusebenzisana kuyinsika la kwafunda ujule ukuze bonke othisha abasebenzisana nathi bekwazi ukuthi uvo nemibono yabo ibe yingxenye yomsebenzi okhiqizwa lapha.
Ngokubhala lamaphepha abafundi nothisha badlala indima enkulu ekunyuseni izinga kanye nesithunzi solimi lwesiZulu ezikoleni zabo. Abafundi bazilola ngokucophelekile enyathukweni yabo eya ezikoleni zamazinga aphakeme.
bottom of page



